Amahubo 89:46-48 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

46. Koze kube nini uyakuzisitha, Jehova,nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo, na?

47. Khumbula ukuthi isikhathi sami singakananinokuthi wadalela ize bonke abantwana babantu.

48. Ngubani oyakuphila engayikubona ukufa,akhulule umphefumulo wakhe emandleni endawo yabafileyo, na? Sela*

Amahubo 89