Amahubo 78:38-42 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

38. Kepha yena enesihawu wathethelela ububi babo,akabhubhisanga;yebo, wabamba kaningi intukuthelo yakhe,akavusanga lonke ulaka lwakhe.

39. Wakhumbula ukuthi bayinyama,bangumoya odlulayo ongabuyiyo.

40. Kwaba kaningi kangakanani bephambana naye ehlane,bemdabukisa kwahlongasibi.

41. Babuye bamlinga uNkulunkulu,bamdabukisa oNgcwele ka-Israyeli.

42. Abakhumbulanga isandla sakhenosuku abahlenga ngalo ezitheni,

Amahubo 78