Amahubo 77:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Izwi lami ngiyakuliphakamisela kuNkulunkulu,ngikhale kuNkulunkulu ukuba angibekele indlebe.

2. Osukwini losizi lwami ngiyayifuna iNkosi;ebusuku isandla sami seluliwe, asidangali;umphefumulo wami wala ukududuzwa.

3. Ngiyamkhumbula uNkulunkulu ngibubula;ngiyazindla, umoya wami uyaphela amandla. Sela*

Amahubo 77