Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama;ngilala kwabavutha umlilo,abantwana babantu abamazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo,abalulimi lwabo luyinkemba ebukhali.