Amahubo 55:14-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

14. Sasihlalisana kamnandi;sasiya endlini kaNkulunkulu kanye nebandla elithokozayo.

15. Ukufa makubazume,bashonele endaweni yabafileyo besezwa,ngokuba ububi busezindlini zabo nasezinhliziyweni zabo.

16. Mina ngizakukhala kuNkulunkulu;uJehova uzakungisindisa.

Amahubo 55