Amahubo 49:18-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. Noma ebusisa umphefumulo wakhe esaphila,futhi abantu bekudumisa,ngokuba uzondle kahle,

19. nokho uyakuya esizukulwaneni sawoyise;abayikukubona ukukhanya naphakade.

20. Umuntu onodumo engenakuqonda unjengezilwane ezibhubhayo.

Amahubo 49