Amahubo 48:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Ngokuba bheka, amakhosi abuthana;aqhubeka kanyekanye.

5. Abona, ayesemangala;ashaywa luvalo, aphaphatheka.

6. Ehlelwa lapho ngukuthuthumela,yivuso njengakobelethayo.

7. Ngomoya wasempumalangawaphula imikhumbi yaseTharishishi.

Amahubo 48