3. UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosiukuthi uyinqaba.
4. Ngokuba bheka, amakhosi abuthana;aqhubeka kanyekanye.
5. Abona, ayesemangala;ashaywa luvalo, aphaphatheka.
6. Ehlelwa lapho ngukuthuthumela,yivuso njengakobelethayo.
7. Ngomoya wasempumalangawaphula imikhumbi yaseTharishishi.