Amahubo 35:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59) Phikisana, Jehova,nabaphikisana nami,ulwe nabo abalwa nami. Thatha ihawu nesihlangu,uvuke, ungisize.