Ngokuba ukuphila kwami kuphelela osizini,neminyaka yami ekububuleni;amandla ami aphelile ngokona kwami,namathambo ami ancunzekile.