UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami;ngizakwesaba bani na?UJehova uyinqaba yokuphila kwami;ngizakuba novalo ngobani na?