19. Bheka izitha zami, ngokuba ziningi;ziyangizonda ngenzondo yonya.
20. Londoloza umphefumulo wami, ungikhulule;mawungangijabhisi,ngokuba ngiphephela kuwe.
21. Ukulunga nobuqotho makungilondoloze,ngokuba ngilindele wena.
22. Nkulunkulu, hlenga u-Israyelikuzo zonke izinkathazo zakhe.