1. Jehova, ngiphakamisela kuwena umphefumulo wami.
2. Nkulunkulu wami,ngiyethemba kuwe;mawungangijabhisi;izitha zami mazingethabi ngami.
3. Yebo, akuyikujabha noyedwa kwabakulindelayo;bayakujabha abaphambuka ngeze.
4. Ngazise imendo yakho, Jehova;ngifundise izindlela zakho.