Amahubo 24:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo,izwe nabakhileyo kulo.

2. Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle,wawumisa phezu kwemifula.

3. Ngubani oyakukhuphukela entabeni kaJehova,ngubani oyakuma endaweni yakhe engcwele na?

Amahubo 24