Amahubo 22:15-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Amandla ami omile njengodengezi;ulimi lwami lunamathela olwangeni lwami;ungibeka othulini lokufa.

16. Ngokuba izinja ziyangibungayela;umbonda wababi ungizungezile;izandla zami nezinyawo zami bazibhobozile.

17. Ngingabala onke amathambo ami;bayabukela, bangibuke bengiklibhizela.

18. Babelana izingubo zami,benzelana inkatho ngesambatho sami.

Amahubo 22