1. Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami,ungishiyeleni na?Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami.
2. Nkulunkulu wami,ngikhala emini, kepha awuphenduli,nasebusuku, ngingabi nakuthula.
3. Kepha wena ungoNgcweleohlezi ezibongweni zika-Israyeli.
4. Obaba bethu babekwethemba;babethemba, wena wabakhulula.
5. Bakhala kuwe, bakhululwa;bethemba wena, abaze bajabha.