Amahubo 146:7-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. obenzela abacindezelweyo ukwahlulela,obapha abalambileyo ukudla;uJehova uyakhulula iziboshwa.

8. UJehova uyenza ukuba izimpumputhe zibone;uJehova uyavusa abathotshisiweyo;uJehova uyathanda abalungileyo.

9. UJehova uyalondoloza abafokazi;uyaphasa intandane nomfelokazi;kepha indlela yababi uyayiphambanisa.

10. UJehova uyabusa kuze kube phakade,uNkulunkulu wakho, Siyoni, ezizukulwaneni ngezizukulwane.Haleluya!

Amahubo 146