4. Umoya wakhe uyaphuma,yena abuyele emhlabathini wakhe;ngalona lolo suku amacebo akhe ayaphela.
5. Ubusisiwe yena omsizi wakhe unguNkulunkulu kaJakobe,othemba lakhe likuJehova uNkulunkulu wakhe
6. owenzile izulu nomhlaba,nolwandle, nakho konke okuphakathi kwakho,ogcina iqiniso kuze kube phakade;