9. Maqondana nesihlungu sabangizungezayomabambozwe ngububi bomlomo wabo.
10. Amalahle ashisayo mawawele phezu kwabo;mabaphonswe emlilweninasemigodini ejulileyo,bangabe besavuka.
11. Umuntu wamanga makangamiswa emhlabeni;ububi mabuzingele umuntu oyisidlwangudlwangu, abhujiswe.
12. Ngiyazi ukuthi uJehova uyakumela udaba lohluphekayonokufaneleyo kwabampofu.
13. Impela abalungileyo bayakubonga igama lakho;abaqotho bayakuhlala ebusweni bakho.