Amahubo 119:96-99 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

96. Ngibonile ukugcina kokuphelelyo konke,kepha umthetho wakho ubanzi kakhulu.

97. Ngiyawuthanda umthetho wakho kangaka.Usuku lonke ngizindla ngawo.

98. Ngemiyalo yakho ngiyahlakanipha kunezitha zami,ngokuba inami kuze kube phakade.

99. Ngiyaqonda kunabo bonke abangifundisayo,ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.

Amahubo 119