Amahubo 118:3-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. Mayithi indlu ka-Aroni:“Yebo, umusa wakhe umi phakade.”

4. Mabathi abamesabayo uJehova:“Yebo, umusa wakhe umi phakade.”

5. Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova,uJehova wangiphendula endaweni ebanzi.

6. UJehova ungakimi, angiyikwesaba;umuntu angangenzani na?

7. UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo;ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.

8. Kuhle ukuphephela kuJehovakunokwethemba umuntu.

Amahubo 118