Amahubo 117:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Dumisani uJehova nina bezizwe zonke,nimbabaze nina bantu bonke.

2. Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina;iqiniso likaJehova limi phakade.Haleluya!

Amahubo 117