7. Buyela ekuphumuleni kwakho, mphefumulo wami,ngokuba uJehova ukuphathe ngomusa.
8. Yebo, ukhululile umphefumulo wami ekufeni,amehlo ami ezinyembezini,nezinyawo zami ekuweni.
9. Ngiyakuhamba ebusweni bukaJehova ezweni labaphilayo.
10. Ngiyakholwa,ngalokho ngiyakhuluma;ngahlushwa kakhulu.
11. Ngathi osizini lwami:“Bonke abantu banamanga.”