Amahubo 115:16-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. Izulu liyizulu likaJehova,kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.

17. Abafileyo abamdumnisi uJehova,qha, noyedwa kwabehlelayo ekuthuleni.

18. Kepha thina siyakumbonga uJehovakusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.Haleluya!

Amahubo 115