Amahubo 113:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Haleluya!Dumisani nina zinceku zikaJehova,nidumise igama likaJehova.

2. Malibongwe igama likaJehovakusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.

Amahubo 113