25. Futhi ngaba yisihlamba kubona;bengibheka banikina amakhanda abo.
26. Ngisize, Jehova Nkulunkulu wami,ngisindise ngokomusa wakho,
27. ukuze bazi ukuthi lokhu kuyisandla sakho;wena Jehova ukwenzile.
28. Mabathuke bona, wena ubusise;nxa bevuka, mabajabhe;kepha inceku yakho mayithokoze.