Amahubo 107:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Bazulazula ehlane ngendlela yakwahlongasibi,abafumananga umuzi wokuhlala.

5. Belambile, bomile,umphefumulo wabo waphela amandla phakathi kwabo.

6. Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo;wabakhulula ezinsizini zabo.

7. Wabahola ngendlela elungileyoukuba baye emzini wokuhlala.

Amahubo 107