Obaba abaqondanga izibonakaliso zakho eGibithe,abakhumbulanga ubuningi bezenzo zakho zomusa;bahlubuka ngaselwandle, uLwandle Olubomvu.