Amahubo 106:37-41 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

37. Amadodana namadodakazi abobawahlabela amademoni.

38. Bachitha igazi elingenacala,igazi lamadodana abo namadodakazi aboabawahlabela izithombe zaseKhanani;izwe langcoliswa yigazi.

39. Bangcola kanjalo ngemisebenzi yabo,baphinga ezenzweni zabo.

40. Intukuthelo kaJehova yokheleka ngakubantu bakhe;ifa lakhe laba yisinengiso kuye.

41. Wabanikela esandleni sabezizwe;ababazondayo bababusa.

Amahubo 106