Amahubo 106:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Haleluya!Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.

2. Ngubani ongalanda izenzo zamandla zikaJehova,azwakalise lonke udumo lwakhe, na?

3. Babusisiwe abaqaphela ukwahlulela kwakhe,owenza ukulunga ngezikhathi zonke.

Amahubo 106