Amahubo 105:20-24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Inkosi yathuma yamthukulula,umbusi wabantu wamkhulula.

21. Wamenza umphathi wendlu yakhenenduna yezinto zakhe zonke,

22. ukuze abophe izikhulu zakhe ngokuthanda kwakhe,afundise amalunga akhe ukuhlakanipha.

23. U-Israyeli wayesefika eGibithe,uJakobe wagogobala ezweni likaHamu.

24. Wandisa kakhulu abantu bakhe;wabenza babe namandla kunezitha zabo.

Amahubo 105