Amahubo 104:33-35 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. Ngiyakumhubela uJehova kukho konke ukuphila kwami;ngiyakuhlabelela kuNkulunkulu wami ngisekhona.

34. Ukuzindla kwami makube mnandi kuye;mina mangithokoze kuJehova.

35. Izoni maziphele emhlabeni,kungabe kusaba khona ababi.Mbonge uJehova, mphefumulo wami.Haleluya!

Amahubo 104