Amahubo 104:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Kuhamba khona imikhumbi,uLeviyathani* lowo omenzile ukuba adlale kulo.

27. Zonke lezi zidalwa zibheka wena,ukuze uzinike ukudla kwazo ngesikhathi esiyiso.

28. Uyazinika ukudla, zibuthe;uvula isandla sakho, zisuthe ngokuhle.

Amahubo 104