Amahubo 104:21-24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. Izingonyama ezintsha zibhongela impango,zifuna ukudla kwazo kuNkulunkulu.

22. Liphuma ilanga,bese zibuyela phansi zilale emihumeni yazo.

23. Bese kuphuma umuntu,aye emsebenzini wakhenasekukhandlekeni kwakhe kuze kuhlwe.

24. Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho;yonke uyenzile ngokuhlakanipha;umhlaba ugcwele izidalwa zakho.

Amahubo 104