Abahluleli 7:20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Izigaba zontathu zabetha amacilongo, zaphohloza izitsha, zaphatha izimbaqa ngezandla zokhohlo namacilongo ngezandla zokunene ukuba ziwabethe; zamemeza zathi: “Inkemba kaJehova nekaGideyoni!”

Abahluleli 7

Abahluleli 7:12-23