Wafaka isandla sakheesikhonkwaneni,esokunene sakhe esandweni sezisebenzi;ngesando wamshaya uSisera,wadebeza ikhanda lakhe,yebo, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe.