Abahluleli 4:9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Wathi kuye: “Impela ngiyakuhamba nawe, kodwa indlela oyakuhamba ngayo ayiyikuba ngeyodumo lwakho, ngokuba uJehova uyakumthengisa uSisera esandleni sowesifazane.” Wayesesuka uDebora, wahamba noBaraki, baya eKedeshi.

Abahluleli 4

Abahluleli 4:1-17