Abahluleli 14:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Uyise nonina base bethi kuye: “Akakho yini owesifazane phakathi kwamadodakazi abafowenu noma phakathi kwabo bonke abantu bami, ukuze uye kuthatha umfazi kumaFilisti angasokile, na?”USamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yena, ngokuba uyathandeka kimi.”

Abahluleli 14

Abahluleli 14:1-13