Abahluleli 14:19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UMoya kaJehova wafika kuye ngamandla, wehlela e-Ashikeloni, wabulala abantu abangamashumi amathathu kubo, wathatha isambatho sabo, wabanika abayiqandele imfumbe izingubo zokuphendulela. Intukuthelo yakhe yavutha, wenyukela endlini kayise.

Abahluleli 14

Abahluleli 14:13-20