Abahluleli 13:24-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. Owesifazane wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uSamsoni; umntwana wakhula, uJehova wambusisa.

25. UMoya kaJehova waqala ukumqhuba eMahane Dani phakathi kweSora ne-Eshitawoli.

Abahluleli 13