2 Usamuweli 9:10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Uyakumlimela umhlabathi, wena namadodana akho nezinceku zakho, uvune ukuba indodana yenkosi yakho ibe nokudla, kepha uMefibosheti indodana yenkosi yakho uyakudla njalo etafuleni lami.” USiba wayenamadodana ayishumi nanhlanu nezinceku ezingamashumi amabili.

2 Usamuweli 9

2 Usamuweli 9:1-13