2 Usamuweli 4:2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinduna zamaviyo; igama lenye lalinguBahana negama lenye lalinguRekabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini, ngokuba iBeyeroti libalelwa kuBenjamini.

2 Usamuweli 4

2 Usamuweli 4:1-9