2 Usamuweli 23:36-39 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. no-Igali indodana kaNathani waseSoba, noBani wakwaGadi,

37. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, izindibi zezikhali zikaJowabe indodana kaSeruya,

38. no-Ira waseJetheri, noGarebi waseJetheri,

39. no-Uriya umHeti, bengamashumi amathathu nesikhombisa bebonke.

2 Usamuweli 23