2 Usamuweli 23:32-37 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

32. no-Eliyaba waseShahaliboni, noBene Jasheni, noJonathani,

33. noShama waseHarari, no-Ahiyamu indodana kaSharari wase-Arari,

34. no-Elifeleti indodana ka-Ahashibayi indodana yomMahakha, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGilo,

35. noHeserayi waseKarmeli, noPhaharayi wase-Arabi,

36. no-Igali indodana kaNathani waseSoba, noBani wakwaGadi,

37. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, izindibi zezikhali zikaJowabe indodana kaSeruya,

2 Usamuweli 23