2 Usamuweli 23:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Lawa angamazwi okugcina kaDavide.“UDavide indodana kaJese uthi,umuntu owaphakanyiselwa phezulu uthi,ogcotshiweyo kaNkulunkulu kaJakobenomhlabeleli omnandi wakwa-Israyeli usho ukuthi:

2. “UMoya kaJehova wakhuluma ngami;izwi lakhe lalisolimini lwami.

2 Usamuweli 23