2 Usamuweli 21:10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

URispa indodakazi ka-Aya wathatha indwangu yamasaka, wazendlalela yona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kuze kuthelwe phezu kwabo amanzi asezulwini; akavumelanga izinyoni zezulu ukuba zihlale phezu kwabo emini, nezilwane zasendle ebusuku.

2 Usamuweli 21

2 Usamuweli 21:4-17