2 Usamuweli 20:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. UJowabe wayesephezu kwempi yonke yakwa-Israyeli; uBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKhereti namaPheleti;

24. u-Adoramu wayephethe imali; uJehoshafati indodana ka-Ahiludi wayengumabhalana.

25. USheva wayengumbhali; oSadoki no-Abiyathara babe ngabapristi;

2 Usamuweli 20