2 Usamuweli 19:41 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Bheka, base befika bonke abantu bakwa-Israyeli enkosini, bathi enkosini: “Abafowethu amadoda akwaJuda bakwebeleni, bawelisa inkosi nabendlu yayo iJordani kanye nabo bonke abantu bakwaDavide benaye, na?”

2 Usamuweli 19

2 Usamuweli 19:38-43