2 Usamuweli 18:33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Yayisidabuka kakhulu inkosi, yakhuphukela ekamelweni elingaphezu kwesango, yakhala; isahamba yathi: “Hhawu, ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi nga ngifile esikhundleni sakho, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!”

2 Usamuweli 18

2 Usamuweli 18:27-33