2 Usamuweli 17:25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

U-Abisalomu wabeka u-Amasa phezu kwempi esikhundleni sikaJowabe. U-Amasa wayeyindodana yomuntu ogama lakhe lalingu-Itira umIsrayeli, owangena ku-Abigali indodakazi kaNahashi, udadewabo kaSeruya unina kaJowabe.

2 Usamuweli 17

2 Usamuweli 17:21-29